Izindaba zesizulu esihlekisayo

Saze samthuka uMakhelwane sino Mamezala🥺🙈 kuthe ngihleli endlini kaSbarii wenu😘 Yena uBbe ubesaye estolo eyothenga iyababa💃Ngizwe umsindo ngisukume ngilunguze ewindini👀ngibone uMakaBbe umile ocingweni uyathetha🙆Nanguya no Makhelwane ocingweni lakwakhe Uyathetha🗣🙆 Ngibone kuth kuyathukwana😱 and UmakaBabe uyahluleka ngoba ulokhu ethi🗣 “Nawe, Nawe, Nawe Futhi”😥Ngizwe ngicasuka ngifake icathulo zaSkoni wenu eziPhinki ngilungise kahle I Gown yakhe skoni wenu🙈 Ngivule umnyango ngiphume👀🚶amangale uMakaBbe ngivele ngingamnaki🙄Ngiqhamuke sengithi “Nawe Fuseegi namaphinifa angasile🗣️NcuzeNdala🗣️Msooon oshaya Izekethe mabelee amade engathi ulayini weqolo wase Capitac ” ngimubone ukuthi useyahluleka manje😘 Ngiqhubeke “Woza la Doti sikugxobe🗣️ asizudlala Wena Kunini wasiqala🗣️” Lapho uMamezala uselokhu eMoyizela😊😘 abaleke uMakhelwane angene Endlini😘 abuze uMamezala kuth ngowaphi wena ntombazane😘ngimchazele kufike noBbe sihambe sonke siyekhishini ngikhuluma nani Nje kade ngibaphekela sengiyaziwa banganii ngibizwa ngomakoti ongabhedelwa🙈

Izinganekwane

Funda izinganekwane ezimnandi lapha ngezansi.

Mhla ngifakwa ebhodweni

Mhla ngfihlwa kugalaza😭Shuthi ngajola nalomfana ngingazi ukuthi unobabymama sajola kamnandi ngaze ngambamba sengimthanda so ngahlala kleyoRelationship.. Anyway angbize one day ethi ngzomvakashela ngiye nami ngithi uma ngfika kuye kube mnandi njengenjwayelo nje ....kuhambe iskhath kukhale i4n yakhe aybuke angaybambi ai ngvele ngbone ukuth shuth umaka gal ngvele ngphatheke kabhlungwana kdw ngingavezi sqhubeke nje sxoxe....kuphele 30 minutes kuknocke usisi wakhe emnyango bephume 6 minutes later bangene sebegqigqa ugalaza ngbone ubhut ethatha izinto zami ezihloma phakathi athi nangu umaka gal lapha esangweni engena cela ungene lapha cthandwa sami ...aibo nayi imhlola yami ngime nje ngimbuke...aphinde futhi ngyakucela bakithi cthandwa inkinga uzosuke efike ebange umsindo Kant kukhona nobaba egcekeni ...ai ngisho phakath ebhodwen livalwe ... Ngbezwe bebuzana ukuth manje lizokwenziwa njan lelibhodwe ngoba angeke phela ngilale ubsuku bonke kulo

P2
Ai angene umaka gal endlini abingelele bese ebuza ukuth manje lo galaza ufunan endlini yoklala athi usbali wenu umawakhe uthe akalibeke la kdw uzolikhipha kungekdala...shuth amukelele akaktshelwayo umaka gal kuthuleke ... Haw nayike ingane isifika ithi kthiwa ayizoboleka ugalaza since kuzoba nomcimbi kubo...athi usbali wenu aknankinga ubuye uzolilanda ksasa ai ingane isho khona ukuth bekukhulunyiwe nomawakhona la n kthiwe angalithatha .. Ngyakutshela uvalo oselungihaqa lapha ebhodweni...usbali wwnu athi OK ngenani nilithathe ibhodwe ngilizwe litsheka kancane ibhodwe besezithi ai liyasinda lelibhodwe okuncono susa isvalo silithwale amemeze kakhulu usbali wenu aAibo sisuselwan manje isvalo??? Wozan siligqigqe livaliwe nifuna leliphunga elilapha lisale layndlini????

P3
Ligqigqwek ibhodwe elinami phakath libekwe phandle lithathwe libekwe ebhaleni nglizwe seligqutshwa amemeze umaka gal pho wena Sbu ubhekeph ngoba besisakhuluma??ai ajike usbu ngzizwe iyngane seybuzana kazi lelibhodwe lisindiswa yini kangaka ngvele ng2ke kakhulu kunakqala ithi enye asilivule iphindithi le ai umzwile umalume uthe linephunga lelibhodwe ufuna lisinukele?ngvele ngfikelwe ukuchasuka emven kwalawo mazwi ngicabange ihlazo engikulo ngenxa yalomfana ngithi awuth ngimfake ehlazweni nami ngvele ngkhulume ngezwi elithe ukphakama ngithi "niliyishaphi yeyibhodwe nithi mangihlayephi mina ngoba ngibekiwe yapha" ngyakutshela izingane ziwa nebhala zibaleka zimemeza

P4
Ngvele ngphume ebhodwen selingilimazile ngicoshe okungokwam ngibheke estobhini ngthe ngingakahambi kakhulu babuye abafana sebehamba nabadala behamba bechaza okwenzakele ngbezwe abadala bethi "hau simthembe kangaka uSbu Kant unotikoloshe ???asiliphindisele leli bhodwe ??? Heh ngyasho nje iqonywa kangaka imambana yiwo lotikoloshe " ngavele ngezwa inhliziyo ithi cosololo... Kuphele iviki ng4nelwe omunye wabangane bakh ebengzwana naye engbuze indaba ngvele ngiyphike mina besethi ubhuti ndini uzo4na within an hour engbuze lendab uzongfaka kuSpeaker ukuze bezobona abangan bakhe ukuth yena akanamkhovu ...ngvele ngisho ukuth ngzomlaya... Bese eyabhala ethi hi ngimphendule nam ngithi hi shuth evele ebone ukuth angnankinga naye a4ne ngyibambe abuzukuth Kant sabangan ngvele ngithi lutho yndaba athi waphuma kanjan ebhodwen ngithi usho liphi ibhodwe athi haw mf2 leli engakfaka kulo ngenkath kfika umaka gal ngithi aibo ungangsukel mina elan lona lelobhodwe okhuluma ngalo ungazongibhedela mina athi yewena sfebe ususaba ihlazo lokuth wafakwa kugalaza ngvele ngithi yazini SBU uma ungasangfun ngabe uyangitshela ungazongi createla iytory plz ngisho ngibe ngvala i4n yami

P5 ngiyabuya ngisaya kogeza

Izinganekwane

Funda izinganekwane ezimnandi lapha ngezansi.

Mhla ngijola nohlanya lwendawo

Abo kushut ubhut ngadibana naye kwanongoma edolobheni ephethe isikhwanyana esincane lezi ezigaxwa lapha ecelen ....ihhee uzifakele amaphilisi akhe okuhlanya unkabi. Ubuya kowalanda enolonolo eclinic ekhona la kwanongoma ngase dolobheni Ai angibingelel ubhut uryt nje u clean ayikho into ongayisola ngoba nemnkenke ayikho unuka nokusa perfume lapho vele ngi desperate angnandoda nje kuhlangahlangene angimise ath ucela inaba zami ngithi ok akhiphe ifon yakhe nje yaka nokia ai angiringisele bese nghamba ke ngyekhaya Ai ntambama ngilolh ngilindile ukuth uzofona agcine efonile ngo 20h00 sixoxeke asho ukuth yena ungowa kombuzi uyangthanda uzonglobola nje asho yonkinga engidinga ukuyizwa ngilokhu ngimdrayisa nje sigcine sesithandana ke Ai eth ke ufuna ukuth ngize kubo azongazisa kwabakubo ukuze ngodisemba wonyaka ozayo zize inkomo ngijabule nami ngithi ke mina ngizoza ath yena ngey1 ntambama ai ngthule ke ngilinde ke Angangfoneli ubhut iskhath eside ngize ngith ay umendo wam uphelile😞 au afone ngezi 1 nqo ntambama ngyezwa usemsindwen athi ke woza edolobhedeni ngzokulanda siya ekhaya ai nam ngthathele phezulu ngigeze ngye kwanongoma edolobhen ngifike ngimthole emile ke eplaza lapho athe sodibana khona ai ngimbingelele azithulele nje asuke aqonde straight e renkeni yakombuzi Yeyi sathi masiqhamuka nje kwakhala amakhwela odriver bakhona behleka beth aybo ushaye emhlophe kanjena ndabedliwayo aibo ngizitshel ukuth igama lakhe lobunsizzwa undabedliwayo ngthule ai ke elokhu esineka into engekho ke naye beze bonke kim beth hau umabani lona ngisho ngoku khophozela ngith ukamanqele behleke beth hau maduyaza madoda ai sigibele ke emontweni Bengene nabanye igcwale bese iphuma erenken isihambaiya ekhaya wiybo😨 sath mase siphuma nje edolobheda washo ngengila u shenge wath. IBAMBE MHLEKAZI MANJA WO...

P2
Kulamule omunye ubhuti ke ambize ngegama lakhe ath ndabedliwayo wenzan yekela ingane ay abe ehlala phans ...elokhu eth ningangbuk emehlwennmina ngnomfaz.ethathe ulamthuthu wakhe ai sifike esteshini sakubo sehle Haybo sath sehla nje sehlela enhla komuzi weee ogcwele abant abaning egceken ngingazitshel nje ukuth kukubo lana ngob akaz esho ukuth kunomsebenzi. Wiybo siqonde nqo nendoda ilokh iphethe lo lamthuthu sekuyangicacela. Ukuth lolamthuthu uzophekelwa mina Sath masiqala sivel egeden balilizela wema ingane zakhona ngisho ezincane zihleka zith undabedliwayo.usenentombi 😒 ngiqale ngimangale ke manje wee nkos yam beth bayambuka eth ningangbuki emehlwen mina nginomfaz oneskhwele kabi. Singen endlin yakhe nghlale ke awu o bundle of joy belokh beza bezolunguza behleka beth wozan nizobon intomb ka ndabedliwayo

P3
Ai ingane zilokhu zithela inhlabath endlin zihleka zith undabedliwayo unentomb ngicasuke ngizithethise zihleke zibaleke ai kushaye iskhath sokulala ke manje balethe nokudla nje bonke abant abangena lapha endlin bayamangala mabengibuka Ai ngikhiphe i laundry yami kwi bag yami ngigqoke bese ngihlala ekhonen lombhedr athi ke ushenge ngizolala nobani ngigqokile eshu ngiphoxeke ngikhumule ngingene embheden nglale Wee kwaqala lokho umtamato bafethu ngathi ngizilalele nje ngsalinde uku romancwa wiybo wangi guqula wabe engifaka ibhonqonqo 🍆 webakwethu kwaphela 20 minutes aybo walokh eqhubekile lapho angizwa lutho nkos yam ay kucace ukuth ingiloz yobufebe ingilahlile Angishuke kwaze kwaphela i hour ubhut ai ngivuke ngyochama bese ngibona amaphilisi omsayiloma etafulen ngethuke ngitatazele sengsaba nokubuyela embheden nkos yam ngzofa i totolozi lohlanya jesu Awu ngith nje ngiyabuyela aphinde enzenjalo kwaze kwasa eksen elokh engbelesele ushenge

P4 Ngo 6 ekseng ngibone ngomama bakhona bengena begcwala indlu vele bese ngigqokile ngob ai uyangishuka umunt bakwethu bebingelele kucace ukuth vel omamezala ai ngidonse idukulami eskhwamen elikhulu eliwumshuqulo ngthwale ekhanda bese ngiqhobozela ke bengbuze ukuth wamgtholaphi undab edliwayo ngisho Ehleke kancane u bundle of joy emnyango athi ihhhe undabedliwayo untshontsha i perfume kagogo mase efuna intombi edolobheni kuhleke wonke umuntu vele nam sekuyangicacela ukith uhlanya lolu Ay bese eth umama wakhe ke angikazukuhamba ngoba bazolimda kushaye i 1 ukuphela kwalenyanga eqale izolo bese beyohola benginike nemali yokuthenga intozokugeza wiybo👀ncuzenhlanyayo mina bengthe ngigeza ngemalin ngfun ukuhamba ngisho ngenhliziyo.... Ai bephume omama bakhona ethi ke umama wakhona ngingahlal ngedwa ngibulawe isizungu angiye ngopheka ekhishini ai nangempela ngiye khona ke ngopheka ngicleaner

P5 Kwathi ntamabama nje ngezwa ngengam zakhona zith asambe sotheza nanku ucelemba lapho ngikhathele kade engiwotawota ubusuk bonke loguluva ngihambe ngyotheza. Ngihamb ngicabang endlelen ukuth konjr ngzoyithathaph imal yokweqa makunje 😞 ngihambe ngyekhaya ngicacelwe nje ukuth vele ngek ngiyithole ndawo lemali ngithi kodwa khona ngzohamba ngiyekhaya Kushaye iskhat sokulala lokhu ngizihlalise ekhishini ngize ngiye ngabo 22h00 ukuyolala ay ngit ngifika nje ngingene embheden awu kusuke lokho undabedliwayo uyangidla aabe ekhuluma ngapha ethi AWUNGIZWE KUDALA NGAKUGCINA AWUNGIZWE AWUNGIZWE!!!! Ai ngingalali kwath kushaya o 3 entatha kusa ngabe ngivuka ngimtshela ukuth ngphethwe isisu lapho sengihlelela ukuhamba ngiye ekhay ngezinyawo ulift ngyowuthola ngendlela ayikho lento Athi ke yena uma ngimtshela ukuth ngphethwe isisu athi pho yena ungenaphi lapho ngob sphethe mina angizihambele ngyabhuqa ngo 4 ngifake icathulo zam ngibuze iphi ithishu ngfum ukuyobhosha asukume ngo 180 aye emsamu ahlephule isaka lasimende anginike ngphume lapho ke ngphuma nje vele ne battery yam isincane ngiphume ngicothome ngize ngyophuma egeden ngiqhamukele emugwaqen ngihambe ngisheshe Ngohambe kuth makushaya o 8 nje sekukhona nelanga ngiqale ngome manje ngihambe ngibekezele ngihambe ngohambe imonto azigibezani zyamgedlula ngishiye kwaskhwama kwamdabedliwayo ngoba bengsaba ukuth uzoth ngyaph Ngohambe kushaye o 2 angifiki edolobhen ngizwe ukuth indlala isiyazho ngibone umuze okude njr onethende elimhlophe ngisho ngenhliziyo ngith laphana ngizongena impela ngimfunge ujuliya ugogo Ngihamba nje ngicabanga icebo lokuth ngzofika ngithin lapha kulowamuzi onethende ngoba ngilambile nje ulesine ft namuhla angiqond noma elomncwabo nom elomshado lela tende ...mmm...

P6 sizowuqhuba kusasa

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?